Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ll ingxenye 10 kk. 22-23
  • Iziphi Izibusiso Ezizotholwa Yilabo Abalalela UNkulunkulu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Iziphi Izibusiso Ezizotholwa Yilabo Abalalela UNkulunkulu?
  • Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingxenye 10
    Lalela UNkulunkulu
  • “Bheka! Ngenza Konke Kube Kusha”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
  • Abangane BakaNkulunkulu Bayophila Epharadesi
    Ungaba Umngane KaNkulunkulu
  • Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba?
    Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?
Bheka Okunye
Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
ll ingxenye 10 kk. 22-23

INGXENYE 10

Iziphi Izibusiso Ezizotholwa Yilabo Abalalela UNkulunkulu?

Iningi labantu abafa lizovuselwa ekuphileni emhlabeni. IzEnzo 24:15

Abantu ePharadesi bamukela abantu abavusiwe

Cabanga ngezibusiso zesikhathi esizayo ozozithola uma ulalela uJehova! Uzoba nempilo ephelele; akekho ozogula noma abe buthakathaka. Bazobe bengasekho abantu ababi futhi uzokwazi ukwethemba bonke abantu.

Ngeke kube khona ubuhlungu, usizi noma izinyembezi. Akekho ozoguga futhi afe.

Uzobe uzungezwe abangane nomndeni wakho. Kuzoba mnandi ukuphila ePharadesi.

Kuzobe kungekho ukwesaba. Abantu bazojabula ngempela.

UMbuso kaNkulunkulu uzoqeda konke ukuhlupheka. IsAmbulo 21:3, 4

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela