Masifunde ezindabeni eziseBhayibhelini
IZINOMBOLO ZEZIFUNDO
Ababi ngeke besaba khona 5, 10, 32, 46, 102
Abangane abathanda uJehova bangabangane abangcono kakhulu 16, 33, 42, 80, 87, 100, 103
Abantu abafile bazovuswa 48, 86, 91, 93
Basha—zinikeleni kuJehova ngenhliziyo yonke 37, 51, 59, 61, 72, 100
Bonke abantu babalulekile kuJehova 8, 9, 11, 21, 23, 68, 70, 74, 87, 90
Gcina izithembiso zakho—uJehova uyazigcina ezakhe 8, 9, 11, 23, 24, 31, 34, 35, 36, 66, 93
Hlale umbonga uJehova 2, 6, 67, 103
Inkolo yamanga ivela kuDeveli 19, 20, 22, 38, 46, 49, 52, 58
Intando kaNkulunkulu izokwenziwa ezulwini nasemhlabeni 25, 55, 60, 62, 63, 71, 96, 102
Izihlubuki ziba yizitha zikaNkulunkulu 7, 17, 26, 27, 28, 88
Kumelwe sishumayele izindaba ezinhle zoMbuso 73, 76, 94, 95, 96, 97, 98
Lalela—lokho kungakwenza uphile 3, 5, 10, 37, 39, 54, 59, 65, 72
Ngeke ukhonze uNkulunkulu neNgcebo 10, 17, 44, 59, 75, 76
Thethelela abanye njengoba uJehova ekuthethelela 13, 15, 31, 43, 92
Ubugovu bulimaza thina nabanye 3, 4, 12, 27, 28, 39, 49, 88
UJehova akawaqambi amanga 3, 10, 16, 63, 68, 70, 102, 103
UJehova ungumninimandla onke 1, 7, 18, 19, 20, 21, 22, 26, 55, 60
UJehova uqondisa abantu bakhe 18, 25, 26, 27, 29, 34, 39, 44, 73, 80
UJehova uthanda abantu bazo zonke izizwe 30, 33, 48, 54, 77, 94, 97, 98, 99
UJehova uvikela abantu abamthandayo 6, 22, 40, 50, 52, 55, 64, 71, 84
UJehova uvikela abantu abathobekile 43, 45, 65, 67, 69
UJehova uyasilalela lapho sithandaza ngokusuka enhliziyweni 35, 38, 50, 64, 82
UJehova uyohlale ekukhumbula lokho esimenzela kona 16, 29, 32, 48, 65, 69, 77, 100
UJehova wadala umhlaba oyikhaya lethu 1, 2, 102, 103
UJesu uyiNkosi yoMbuso kaNkulunkulu—mthobele 74, 78, 79, 83, 84, 85, 91, 92, 99
Ulaka luyingozi 4, 12, 41, 45, 49, 65, 89
Uma ungamthandi umfowenu, ngeke ukwazi ukuthanda uNkulunkulu 4, 13, 15, 41
UMbuso kaNkulunkulu uzokwenza wonke umuntu ajabule 1, 48, 62, 79, 81, 83, 85, 86
Umona uqeda ubungane 4, 14, 41
Ungakwenzi okubi 14, 27, 49, 53, 58, 88, 89
Ungapheli amandla lapho uhlupheka 16, 47, 51, 57, 64, 75, 90, 95, 99, 101
UNkulunkulu wasinika iBhayibheli ukuze sihlakaniphe 56, 66, 72, 75, 81
Vikela lokho okunikwa uJehova 12, 13, 24, 35, 36, 56, 75, 95, 100
Yiba nesibindi—uJehova uzohlale ekusiza 40, 47, 51, 53, 57, 61, 64, 65, 76, 88, 101