ULwesihlanu
“Masingayeki ukwenza okuhle”—GALATHIYA 6:9
EKUSENI
9:20 Ukwethulwa Kwe-video Yomculo
9:30 INgoma No. 77 Nomthandazo
9:40 INKULUMO KASIHLALO: Kumelwe Singayeki—Ikakhulukazi Manje! (IsAmbulo 12:12)
10:15 UCHUNGECHUNGE: Qhubeka Ushumayela “Ngaphandle Kokuyekethisa”
Ngokwethukela (IzEnzo 5:42; UmShumayeli 11:6)
Endlini Ngendlu (IzEnzo 20:20)
Obala (IzEnzo 17:17)
Ukwenza Abafundi (Roma 1:14-16; 1 Korinte 3:6)
11:05 INgoma No. 76 Nezaziso
11:15 UKUFUNDWA KWEBHAYIBHELI OKUSADRAMA: UJehova Ukhulula Abantu Bakhe (Eksodusi 3:1-22; 4:1-9; 5:1-9; 6:1-8; 7:1-7; 14:5-10, 13-31; 15:1-21)
11:45 UJehova—Isibonelo Esikhulu Kunazo Zonke Sokukhuthazela (Roma 9:22, 23; 15:13; Jakobe 1:2-4)
12:15 INgoma No. 115 Nekhefu
NTAMBAMA
1:25 Ukwethulwa Kwe-video Yomculo
1:35 INgoma No. 128
1:40 UCHUNGECHUNGE: Ukukhuthazela Naphezu . . .
Kwempatho Engenabulungisa (Mathewu 5:38, 39)
Kokukhula Ngeminyaka (Isaya 46:4; Jude 20, 21)
Kwesono Sethu (Roma 7:21-25)
Kwezenzakalo Ezisithobisayo (Galathiya 2:11-14; Hebheru 12:5, 6, 10, 11)
Kokugula Isikhathi Eside (IHubo 41:3)
Kokushonelwa Umuntu Omthandayo (IHubo 34:18)
Koshushiso (IsAmbulo 1:9)
2:55 INgoma No. 136 Nezaziso
3:05 IDRAMA: Khumbula UmkaLoti—INgxenye 1 (Luka 17:28-33)
3:35 UCHUNGECHUNGE: Hlakulela Izimfanelo Ezisisiza Sikwazi Ukukhuthazela
Ukholo (Hebheru 11:1)
Ubuhle (Filipi 4:8, 9)
Ulwazi (IzAga 2:10, 11)
Ukuzithiba (Galathiya 5:22, 23)
4:15 “Anisoze Nahluleka Nanini”—Siyosizwa Yini? (2 Petru 1:5-10; Isaya 40:31; 2 Korinte 4:7-9, 16)
4:50 INgoma No. 3 Nomthandazo Wokuphetha