UMgqibelo
“Usuku nosuku memezelani izindaba ezinhle zensindiso yakhe”—IHubo 96:2
Ekuseni
9:20 Ividiyo Yomculo
9:30 INgoma No. 53 Nomthandazo
9:40 “Kumelwe Ngishumayele Izindaba Ezinhle ZoMbuso” (Luka 4:43)
9:50 IDRAMA ESEKELWE EBHAYIBHELINI:
Izindaba Ezinhle NgokukaJesu: Isiqephu 1
Ukukhanya Kweqiniso Kwezwe—INgxenye II (Mathewu 2:1-23; Luka 2:1-38, 41-52; Johane 1:9)
10:25 INgoma No. 69 Nezaziso
10:35 UCHUNGECHUNGE: Iziprofetho Eziphathelene NoMesiya Zigcwalisekile!
• Wandulelwa Isithunywa (Malaki 3:1; 4:5; Mathewu 11:10-14)
• Wazalwa Yintombi (Isaya 7:14; Mathewu 1:18, 22, 23)
• Wazalelwa EBhetlehema (Mika 5:2; Luka 2:4-7)
• Wavikelwa Lapho Esewumntwana (Hoseya 11:1; Mathewu 2:13-15)
• Wabizwa Ngokuthi UmNazaretha (Isaya 11:1, 2; Mathewu 2:23)
• Wafika Ngesikhathi Esimisiwe (Daniyeli 9:25; Luka 3:1, 2, 21, 22)
11:40 UBHAPATHIZO: Qhubeka ‘Uzithoba Ezindabeni Ezinhle’ (2 Korinte 9:13; 1 Thimothewu 4:12-16; Hebheru 13:17)
12:10 INgoma No. 24 Nekhefu
Ntambama
1:35 Ividiyo Yomculo
1:45 INgoma No. 83
1:50 UCHUNGECHUNGE: Sebenzisa Izindaba Ezinhle Ukuze Unqobe Izindaba Ezimbi
• Inhlebo Elimazayo (Isaya 52:7)
• Ukuhlushwa Unembeza (1 Johane 1:7, 9)
• Izinto Ezenzeka Manje (Mathewu 24:14)
• Ukudikibala (Mathewu 11:28-30)
2:35 UCHUNGECHUNGE: ‘Kulungele Ukushumayela Izindaba Ezinhle’
• Akuwona Umsebenzi Wabaphostoli Kuphela (Roma 1:15; 1 Thesalonika 1:8)
• Kuyisenzo Sokukhulekela (Roma 1:9)
• Hlala Ugqoke Izimbadada (Efesu 6:15)
3:15 IVIDIYO: ‘Izindaba Ezinhle Zithela Izithelo Futhi Ziyanda Emhlabeni Wonke’ (Kolose 1:6)
3:40 INgoma No. 35 Nezaziso
3:50 UCHUNGECHUNGE: Qhubeka Ushumayela Izindaba Ezinhle
• Nomaphi Lapho Ukhona (2 Thimothewu 4:5)
• Nomaphi Lapho UNkulunkulu Ekuqondisa Khona (IzEnzo 16:6-10)
4:15 Uzimisele Ukwenzani “Ngenxa Yezindaba Ezinhle”? (1 Korinte 9:23; Isaya 6:8)
4:50 INgoma No. 21 Nomthandazo Wokuphetha