Izingqikithi Zika-2024
Amagatsha OFakazi BakaJehova: 84
Inani Lamazwe Abikayo: 240
Ingqikithi Yamabandla: 118 767
Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 21 119 442
Inani Labadle Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 23 212
Inani Eliphakeme Labamemezelia: 9 043 460
Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 8 828 124
Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2023: 2,4
Inani Lababhapathiziweb: 296 267
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayonac Inyanga Ngayinye: 1 679 026
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 867 502
Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibhelid Inyanga Ngayinye: 7 480 146
Umbiko wenkonzo wonyaka ka-2024 uqale ngoSepthemba 1, 2023, waze wayophela ngo-Agasti 31, 2024.
a Ummemezeli umuntu omemezela noma oshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. (Mathewu 24:14) Ukuze uthole incazelo ephelele ngokuthi la manani atholakala kanjani, bheka isihloko esikuyiwebusayithi ethi esithi, “Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?”
b Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe ngongakwenza ukuze ubhapathizwe ube ngomunye woFakazi BakaJehova, bheka isihloko esikuyiwebusayithi ethi esithi “Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?”
c Iphayona uFakazi obhapathiziwe oyisibonelo ozikhethele ukusebenza amahora ayinani elinqunyiwe inyanga ngayinye eshumayela izindaba ezinhle.
d Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe bheka isihloko esikuyiwebusayithi ethi esithi “Siyini Isifundo SeBhayibheli Esilungiselelwe OFakazi BakaJehova?”