Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w13 2/1 k. 16
  • Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingabe UNkulunkulu Wadala UDeveli?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Isitha Sokuphila Okuphakade
    Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni
  • Lithini IBhayibheli?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
  • “Melanani NoDeveli” Njengoba Kwenza UJesu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2008
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
w13 2/1 k. 16

IZIMPENDULO ZEMIBUZO YEBHAYIBHELI

Wavelaphi uDeveli?

UNkulunkulu akazange amdale uDeveli. Kunalokho, uNkulunkulu wadala ingelosi kamuva eyaba uDeveli, ibuye ibizwe ngokuthi uSathane. UJesu wathi uDeveli wake waba neqiniso futhi emsulwa. Ngakho, ekuqaleni uDeveli wayeyindodana kaNkulunkulu eyingelosi elungile.—Funda uJohane 8:44.

Ingelosi ingaphenduka kanjani uDeveli?

Ingelosi eyaba uDeveli yakhetha ukuphikisa uNkulunkulu futhi yenza abashadikazi bokuqala ukuba nabo baphikisane naye. Ngaleyo ndlela yazenza yona uSathane, okusho ukuthi “uMphikisi.”—Funda uGenesise 3:1-5; isAmbulo 12:9.

Njengazo zonke izidalwa zikaNkulunkulu ezihlakaniphile, ingelosi eyaba uDeveli yayinenkululeko yokukhetha phakathi kokwenza okulungile noma okungalungile, kodwa yaba nesifiso sokuba ikhulekelwe. Isifiso sayo sokuba ithole inkazimulo sasinamandla ngaphezu kwesifiso sokujabulisa uNkulunkulu.—Funda uMathewu 4:8, 9; Jakobe 1:13, 14.

UDeveli uye waqhubeka kanjani edukisa abantu? Ingabe kufanele umesabe? Ungazithola izimpendulo zale mibuzo eBhayibhelini.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela