Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp18 No. 3 k. 16
  • UNkulunkulu Uzizwa Kanjani Lapho Ekubona Usosizini?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UNkulunkulu Uzizwa Kanjani Lapho Ekubona Usosizini?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2018
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • CABANGA NGALOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI
  • Lithini IBhayibheli?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2017
  • ‘Uyakukhathalela’
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2019
  • Ungasondelana NoNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2019
  • Lithini IBhayibheli?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2017
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2018
wp18 No. 3 k. 16
Abantu bacinga izinto zabo ngemva kwenhlekelele ebangelwe umlilo

UNkulunkulu uzizwa kanjani lapho ekubona usosizini?

Abanye abantu bacabanga ukuthi uNkulunkulu akaluboni usizi ababhekene nalo futhi akanandaba.

CABANGA NGALOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI

  • UNkulunkulu uyabona futhi unendaba

    “UJehova wabona ukuthi ububi bomuntu babudlangile emhlabeni . . . , futhi wezwa ubuhlungu enhliziyweni yakhe.”—Genesise 6:5, 6.

  • UNkulunkulu uzoluqeda lonke usizi esibhekana nalo

    “Sekuyisikhashana nje, omubi abe engasekho; Ngokuqinisekile uyoyibheka indawo yakhe, futhi uyobe engekho. Kodwa abamnene bayodla ifa lomhlaba, futhi ngempela bayothola injabulo enkulu ngokuchichima kokuthula.” —IHubo 37:10, 11.

  • Lokho uNkulunkulu azokwenzela kona

    “‘Ngiyazi kahle imicabango engiyicabangayo ngani,’ kusho uJehova, ‘yimicabango yokuthula, hhayi eyenhlekelele, ukuba ngininike ikusasa nethemba. Ngokuqinisekile niyongibiza futhi nize nithandaze kimi, futhi ngiyonilalela.’” —Jeremiya 29:11, 12.

    “Sondelani kuNkulunkulu, naye uyosondela kini.”—Jakobe 4:8.

Ukuze uthole okwengeziwe ngokuthi kungani uNkulunkulu evumela ukuhlupheka, bheka isifundo 26 sale ncwadi enyatheliswa oFakazi BakaJehova. Iyatholakala naku-www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela