Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
OCTOBER 2-8
Lapho uhambisa izikhokhelo
1. Yiziphi izihloko ozoziqokomisa?
2. Uzosisebenzisa kanjani iSihloko Sengxoxo?
OCTOBER 9-15
Singaba kanjani nesimo sengqondo esiqondile
1. Ngokuhambisa izikhokhelo?
2. Ngokusebenza insimu njalo?
3. Ngokuphikiswa esibhekana nakho?
OCTOBER 16-22
Kungani kufanele
1. Sivumele umninikhaya akhulume?
2. Singayiphazamisi intshumayelo yesihamba naye?
OCTOBER 23-29
Lapho wenza izimpindelo
1. Yini okufanele uyiphawule embikweni wakho wendlu ngendlu?
2. Ungasiqalisa kanjani isifundo seBhayibheli?
OCTOBER 30-NOVEMBER 5
Ingaboniswa kanjani imikhuba emihle
1. Lapho siseminyango?
2. Lapho sisuka kwenye indlu siya kwenye?