Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/06 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Okufanele Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
km 10/06 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Oct. 15

“Njengoba uNkulunkulu esezulwini, abanye baphetha ngokuthi akunakwenzeka ukuba simazi. Wake wazizwa ngaleyo ndlela? [Lindela impendulo bese ufunda uJohane 17:3.] Lo magazini uchaza ukuthi singaluzuza kanjani ulwazi ngoNkulunkulu.”

Phaphama! Oct.

“Iningi lethu liye lashonelwa abathandekayo. Ingabe ucabanga ukuthi kunezinto esingazenza ukuze sibasize lapho sebeshonile? [Lindela impendulo.] Lesi sihloko sinikeza impendulo yeBhayibheli kulowo mbuzo. Sichaza nalesi sithembiso esiduduzayo.” Funda uJohane 5:28, 29, bese umbonisa isihloko esiqala ekhasini 10.

INqabayokulinda Nov. 1

“Namuhla, kunemibono eminingi engqubuzanayo uma kuziwa ekukhuliseni izingane. Ingabe ucabanga ukuthi abazali bangasithola iseluleko esinokwethenjelwa? [Lindela impendulo bese ufunda iHubo 32:8.] Lo magazini unikeza iseluleko esiwusizo esivela eBhayibhelini esikhuluma ngokukhulisa izingane.”

Phaphama! Nov.

“Wake wazibuza yini ukuthi kungani kunokuhlupheka okungaka uma kunoNkulunkulu onothando, onobulungisa futhi onamandla? [Lindela impendulo.] Phawula lokho okushiwo yilo mbhalo ngembangela yokuhlupheka. [Funda eyoku-1 Johane 5:19.] Lo magazini uchaza ukuthi iBhayibheli lithi yini uNkulunkulu ayenzayo ukuze aqede ukuhlupheka.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela