Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/07 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
km 3/07 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Mar. 15

“Abantu bavame ukukhuluma ngokuza kukaJesu Kristu. Ucabanga ukuthi lesi isenzakalo okufanele sisilangazelele noma sisesabe? [Lindela impendulo.] Ake uzwe ukuthi umbhali weBhayibheli uJohane wayezizwa kanjani ngaso. [Funda isAmbulo 22:20.] Lo magazini uchaza lokho okuyofezwa ukuza kukaKristu.”

Phaphama! Mar.

“Abaholi bezwe abaningi babonakala beqhosha kakhulu. Ucabanga ukuthi lesi simo sengqondo singawenza umhlaba ube nokuthula nokuzwana? [Lindela impendulo.] Ake uzwe okushiwo iBhayibheli ngokuqhosha. [Funda 16:18.] Lesi sihloko sikhuluma ngezinzuzo zokuba umuntu othobekile.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 20.

INqabayokulinda Apr. 1

“Cishe nsuku zonke sizibuza imibuzo ephathelene nempilo yethu, imikhaya yethu kanye nemisebenzi yethu. Ucabanga ukuthi singazitholaphi izimpendulo esingazethemba nezisebenzayo? [Lindela impendulo.] Ake uphawule okushiwo iBhayibheli encwadini yesi-2 Thimothewu 3:16. [Yifunde.] Lo magazini ubonisa indlela iBhayibheli elingasinika ngayo amacebiso amaningi asebenzayo.”

Phaphama! Apr.

“Ezindaweni eziningi emhlabeni, abantu banomuzwa wokuthi ukuziphatha kuyawohloka. Uke wakuphawula yini lokho wena? [Lindela impendulo.] Izimo esizibonayo namuhla zigcwalisa isiprofetho seBhayibheli. [Funda eyesi-2 Thimothewu 3:2-4.] Lo magazini usitshela lokho okushiwo ukuwohloka kokuziphatha nokuthi kusiholelaphi isintu.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela