Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/10 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
km 9/10 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda September 1

“Ngezinye izikhathi abantu benza izinto ezimbi ngenxa yentshiseko engafanele engokwenkolo. Ucabanga ukuthi yini ebenza bakhohliseke kangaka? [Lindela impendulo.] Phawula lokho okukhuthazwa yiBhayibheli. [Funda eyoku-1 Johane 4:1.] Lesi sihloko siyachaza ukuthi kungani kubalulekile ukuvumelanisa izinkolo zethu nalokho okushiwo yiZwi likaNkulunkulu.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 10.

Phaphama! September

Funda uMathewu 5:39, bese uthi: “Ucabanga ukuthi uJesu wayesho ukuthi kufanele sithule lapho sihlushwa? [Lindela impendulo.] Lesi sihloko sibonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngokuzivikela nokufuna isivikelo somthetho.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 10.

INqabayokulinda October 1

“Abantu bazo zonke izinkolo emhlabeni bayathandaza. Ingabe ucabanga ukuthi uNkulunkulu uyayizwa ngempela futhi ayiphendule imithandazo? [Lindela impendulo.] IBhayibheli lisikhuthaza ukuba sithandaze. [Funda eyabaseFilipi 4:6, 7.] Lo magazini unikeza impendulo yeBhayibheli emibuzweni engu-7 evame ukubuzwa ngomthandazo.”

Phaphama! October

“Sivame ukuzwa ngabantu abakhohliswa abangane bomshado, abezombangazwe nabanye. Ingabe ucabanga ukuthi kuya kuba nzima ukuthola abantu abathembekile? [Lindela impendulo.] Abaningi banomuzwa wokuthi lo mbhalo uyagcwaliseka. [Funda eyesi-2 Thimothewu 3:1-5.] Lo magazini uyachaza ukuthi singabatholaphi abantu abathembekile.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela