Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/13 k. 4
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 5/13 k. 4

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Ku-June

“Cishe wonke umuntu esikhuluma naye ufisa kube nokuthula emhlabeni. Noma kunjalo, kusalokhu kunezimpi. Ngokombono wakho, kungani ukuthula kuntuleka kangaka emhlabeni?” Lindela impendulo. Yibe usumbonisa ikhasi elingemuva le-Nqabayokulinda ka-June 1, bese nixoxa ngendaba engaphansi kombuzo wokuqala kanye nomBhalo okungenani owodwa kwekhonjiwe. Mhambisele omagazini bese uhlela ukubuya ukuze nixoxe ngombuzo olandelayo.

Phawulani: Kufanele kube nomboniso wale ntshumayelo emhlanganweni wenkonzo ngo-June 1

INqabayokulinda June 1

“Sinivakashele kafushane kule ndawo ukuze sixoxe ngenkinga evamile. Abantu abaningi bake babhekana nobandlululo ngezikhathi ezithile. Ucabanga ukuthi ikhona indawo engenalo ubandlululo emhlabeni? [Lindela impendulo.] Phawula indlela uNkulunkulu ababheka ngayo bonke abantu. [Funda IzE. 10:34.] Lo magazini ukhuluma ngendlela uNkulunkulu ayoluqeda ngayo unomphela ubandlululo.”

Phaphama! June

“Kunokuthile esingathanda ukuzwa umbono wakho ngako. Kungokwemvelo ukufuna ukuphila okungcono. Ucabanga ukuthi singakuthola ngokuthenga izinto eziningi ezinhle? [Lindela impendulo.] Phawula la mazwi kaJesu anengqondo. [Funda uLuka 12:15.] Lo magazini unikeza umbono olinganiselayo ngokuba nezinto futhi unikeza amacebiso awusizo ngendlela efanele yokuthenga.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela