AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 69-73
Abantu BakaJehova Bashisekela Ukukhulekela Kweqiniso
Ukushisekela kwethu ukukhulekela kweqiniso kufanele kube sobala
UDavide wabonisa intshiseko ngoJehova ukuphila kwakhe konke
UDavide akazange abekezelele noma yikuphi ukubangiswa kukaJehova noma ukuhlanjalazwa kwegama laKhe
Asebekhulile bangasiza abasebasha ukuba bashiseke
Umlobi waleli hubo, mhlawumbe uDavide, wazwakalisa isifiso sokukhuthaza isizukulwane esilandelayo
Abazali namaKristu angomakad’ ebona bangaqeqesha abasebasha