Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Okthoba k. 5
  • Ukuhlakanipha Kungcono Kunegolide

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukuhlakanipha Kungcono Kunegolide
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • “Ukuhlakanipha Kuyisivikelo”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2007
  • Uju—Umuthi Omnandi
    I-Phaphama!—2002
  • “Ubusisiwe Umuntu Othola Ukuhlakanipha”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2001
  • Ukuhlakanipha Kweqiniso Kumemeza Kakhulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2022
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Okthoba k. 5

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZAGA 12-16

Ukuhlakanipha Kungcono Kunegolide

Uhlelo Oluprintiwe
Isikali esinomqulu osinda kakhulu kunezinhlamvu zegolide

Kungani ukuhlakanipha esikuthola kuNkulunkulu kuyigugu kangaka? Kwenza abantu abanakho bangenzi okubi futhi kubenza baqhubeke bephila. Kubenza babe nesimo sengqondo esihle, kuthonye nendlela abakhuluma nabaziphatha ngayo.

Ukuhlakanipha kusivikela ekuqhosheni

16:18, 19

  • Indoda eqhoshayo

    Umuntu ohlakaniphile uyaqaphela ukuthi uJehova unguMthombo wakho konke ukuhlakanipha

  • Labo abaphumelelayo ekuphileni noma abathola amalungelo engeziwe yibona ngokukhethekile okumelwe baqaphele ukuqhosha nokuzidla

Ukuhlakanipha Kusisiza Sikhulumisane kahle

16:21-24

  • Enye indoda iyakhuluma enye ilalele

    Umuntu ohlakaniphile usebenzisa ukuqonda ukuze athole okuhle kwabanye futhi akhulume kahle ngabo

  • Amazwi ahlakaniphile anethonya elihle futhi amnandi njengoju, awahlabi noma abe nokhahlo

INGABE BEWAZI?

Ikhekheba lezinyosi

Uju lungena kalula emzimbeni futhi lusheshe lwakhe amandla adingekayo. Lwaziswa kakhulu ngenxa yobumnandi balo namandla alo okwelapha.

Amazwi amnandi ayaqabula ngokomoya, njengoba nje noju luwusizo emzimbeni.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela