AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | HEZEKELI 1-5
UHezekeli Wayekujabulela Ukumemezela Umyalezo KaNkulunkulu
Embonweni kaHezekeli, uJehova wamnika umqulu wathi makawudle. Wawusho ukuthini lo mbono?
UHezekeli kwakumelwe awuqonde ngokugcwele umyalezo kaNkulunkulu. Ukuzindla ngamazwi ayelotshwe emqulwini kwakuyomthinta inhliziyo uHezekeli bese kumnika ugqozi lokukhuluma
Umqulu wawumnandi kuHezekeli ngoba wayewujabulela umsebenzi ayewunikwe uJehova