AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | HEZEKELI 35-38
UGogi WakwaMagogi Uzobhujiswa Maduze
IBhayibheli lichaza izenzakalo ezizokwenzeka ngaphambi nangemva kokubhujiswa kukaGogi wakwaMagogi.
Ukubhujiswa kwani okuzoqalisa usizi olukhulu?
Ubani ozohlasela abantu bakaJehova?
UJehova uzombhubhisa kuyiphi impi uGogi wakwaMagogi?
UKristu uzobusa isikhathi esingakanani?
Ngingaluqinisa kanjani ukholo lwami ukuze ngimelane nokuhlasela kukaGogi wakwaMagogi?