AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 16-17
Ekabani Imicabango Oyicabangayo?
Nakuba singangabazi ukuthi uPetru wakhuluma enezinhloso ezinhle, uJesu wayilungisa ngokushesha indlela eyiphutha uPetru ayecabanga ngayo
UJesu wayazi ukuthi lesi kwakungesona isikhathi sokuba ‘abe nomusa’ kuye ngokwakhe. Ukuyeka ukuqapha ngaleso sikhathi esibucayi kangako yikho kanye uSathane ayefuna uJesu akwenze
UJesu wabala izinto ezintantu okumelwe sizenze ukuze sivume ukuqondiswa intando kaNkulunkulu. Kusho ukuthini ngakunye kwalokhu?
Ukuzidela
Ukuthatha isigxobo sokuhlushwa
Ukulandela uJesu njalo