AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOHANE 11-12
Lingisa Isihawu SikaJesu
Yini eyenza isihawu nozwela lukaJesu kwaphawuleka kangaka?
Nakuba uJesu engazange abhekane nazo zonke izinto abantu ababhekana nazo, wakwazi ukuzibeka esimweni sabo futhi wabuzwa ubuhlungu ababebuzwa
Wayengesabi ukuveza indlela ayezizwa ngayo obala
Wathatha isinyathelo sokusiza labo ababedinga usizo