Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Januwari k. 6
  • UPawulu Uya ERoma Ngomkhumbi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UPawulu Uya ERoma Ngomkhumbi
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • 27:23, 24; 28:1, 2, 16, 17
  • UPawulu Uthunyelwa ERoma
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Imibuzo Evela Kubafundi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2004
  • “Akukho Noyedwa Kini Ozofa”
    ‘Ukunikeza Ubufakazi Obuphelele’ NgoMbuso KaNkulunkulu
  • UPawulu Uyanqoba Osizini
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1999
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Januwari k. 6

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZENZO 27-28

UPawulu Uya ERoma Ngomkhumbi

27:23, 24; 28:1, 2, 16, 17

UPawulu akazange ayeke ukuxoxa ngokholo lwakhe, ngisho nalapho eyisiboshwa. Lapho esemkhunjini waxoxa nezisebenzi kanye nabagibeli. Lapho umkhumbi usuphukile eMelitha, akungabazeki ukuthi wasebenzisa lelo thuba ukuze axoxele labo ababelapho izindaba ezinhle. Ngemva nje kwezinsuku ezintathu efike eRoma, wabiza amadoda avelele angamaJuda ukuze awashumayeze. Ngisho naphakathi neminyaka emibili eboshelwe endlini, wabashumayeza bonke ababemvakashela.

Yini ongayenza ukuze ushumayele izindaba ezinhle naphezu kwanoma yiziphi izinkinga ongase ube nazo?

UPawulu ushumayeza amadoda avelele angamaJuda eRoma njengoba eboshelwe esosheni; indlela ayehamba ngayo esuka eKhesariya eya eRoma
    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela