Umsebenzi wokusiza ngesikhathi kuvele inhlekelele eMelika
Ongase Uxoxe Ngakho
●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA
Umbuzo: Kwenzekani kithi lapho sifa?
UmBhalo: UmSh 9:5a
Ngokuzayo: Lapho umuntu esefile, kusuke sekuphelile yini ngaye?
○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA
Umbuzo: Lapho umuntu esefile, kusuke sekuphelile yini ngaye?
UmBhalo: Jobe 14:14, 15
Ngokuzayo: Kuzoba njani ukuphila emhlabeni lapho uNkulunkulu esevuse abantu esibathandayo abafile?
○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI
Umbuzo: Kuzoba njani ukuphila emhlabeni lapho uNkulunkulu esevuse abantu esibathandayo abafile?
UmBhalo: Isaya 32:18
Ngokuzayo: UNkulunkulu uzokwenza kanjani ukuba kube nokuthula emhlabeni?