AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | HEBHERU 1-3
Thanda Ukulunga, Uzonde Ukweqa Umthetho
UJesu uyakuthanda ukulunga futhi uzonda noma yini engahlazisa uYise.
Singasilingisa kanjani isibonelo sikaJesu sokuthanda ukulunga . . .
lapho silingelwa ukuba siziphathe kabi?
lapho ilungu lomndeni lisuswa ekuhlanganyeleni?