AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | HEBHERU 4-6
Zikhandle Ukuze Ungene Ekuphumuleni KukaNkulunkulu
Singahlanganyela kanye noJehova ekuphumuleni kwakhe ngokwenza ngokuvumelana nentando yakhe njengoba yambulwe ngenhlangano yakhe. Kufanele sizibuze: ‘Ngisabela kanjani lapho ngelulekwa? Ngisabela kanjani lapho kulungiswa indlela esiqonda ngayo imiBhalo?’
Iziphi izinto engibhekene nazo ezivivinya indlela engilalela ngayo?