AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Indlela UMthetho Owawubonisa Ngayo Ukuthi UJehova Uyabakhathalela Abesifazane
Umyeni kwakungafanele ashiye umkakhe aye empini ngonyaka wokuqala beshadile (Dut 24:5; it-2-E 1196 ¶4)
Kwakuqikelelwa ukuthi abafelokazi banazo izinto abazidingayo (Dut 24:19-21; it-1-E 963 ¶2)
Abafelokazi ababengenazo izingane babenikezwa ithuba lokuba nazo (Dut 25:5, 6; w11 3/1 23)
ZIBUZE, ‘Ngingabonisa kanjani ukuthi ngiyabacabangela futhi ngiyabahlonipha abesifazane emndenini wami nasebandleni?’