Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Januwari k. 15
  • Sebenzisa Izimiso ZeBhayibheli Ukuze Usize Izingane Zakho Ziphumelele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Sebenzisa Izimiso ZeBhayibheli Ukuze Usize Izingane Zakho Ziphumelele
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Ukufunda IBhayibheli Nsuku Zonke Nokufuna Ukuhlakanipha
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Bazali—Fundisani Izingane Zenu Indlela Ezingamjabulisa Ngayo UNkulunkulu
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Bona Intuthuko Yakho
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Januwari k. 15
Izithombe: Abazali baqeqesha indodakazi yabo njengoba ikhula. 1. Umama usebenzisa incwadi ethi “Funda Kumfundisi Omkhulu” ukuze afundise indodakazi yakhe encane. 2. Ubaba usiza indodakazi yakhe esikhulakhulile itadishe isihloko “seNqabayokulinda.” 3. Le ndodakazi isikhulile ishumayeza owesifazane endlini ngendlu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Sebenzisa Izimiso ZeBhayibheli Ukuze Usize Izingane Zakho Ziphumelele

Abazali abangamaKristu bafuna izingane zabo zikujabulele ukuphila zisenkozweni kaJehova. Abazali bangazisiza izingane zabo ziphumelele ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli lapho baziqeqesha.​—IzA 22:6.

  • Ngeneka kalula ukuze izingane zakho zikwazi ukukhuluma nawe.​—Jak 1:19

  • Yiba yisibonelo esihle.​—Dut 6:6

  • Qhubeka ukhonza uJehova.​—Efe 6:4

BUKELANI IVIDIYO ETHI YAKHA INDLU EYOKUMA PHAKADE​—QEQESHA IZINGANE ZAKHO ‘NGOKWENDLELA OKUFANELE ZIHAMBE NGAYO’ BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Abazali bangabonisa kanjani ukuthi bayacabangela?

  • Abazali bangasisebenzisa kanjani isimiso esitholakala kuJakobe 1:19?

  • Yini abazali abangayenza lapho kuba nezinkinga?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela