INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
Zuza Eselulekweni Esihlakaniphile
URehobowamu kwakudingeka enze isinqumo (2Kr 10:1-4; w18.06 13 ¶3)
URehobowamu wacela iseluleko kwabanye (2Kr 10:6-11; w01 9/1 28-29)
URehobowamu nabantu bahlupheka ngenxa yokuthi wasenqaba iseluleko esihlakaniphile (2Kr 10:12-16; it-2-E 768 ¶1)
Izikhathi eziningi, abantu abadala, abavuthiwe ngokomoya bavame ukwazi kusengaphimbili ukuthi isiphetho sesinqumo esithile siyoba yini ngenxa yokuthi sebephile isikhathi eside.—Job 12:12.
ZIBUZE, ‘Ubani onganginikeza iseluleko esihle ebandleni?’