Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Novemba k. 11
  • Ubuqotho Nalokho Esikucabangayo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubuqotho Nalokho Esikucabangayo
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Bona Intuthuko Yakho
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
  • Ukufunda IBhayibheli Nsuku Zonke Nokufuna Ukuhlakanipha
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Khumbula Ukuthi UJehova “UnguNkulunkulu Ophilayo”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Novemba k. 11
Udade uyacabanga njengoba ebuke ngaphandle kwefasitela.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ubuqotho Nalokho Esikucabangayo

Sibonisa ukuthi siqotho hhayi ngalokho esikushoyo nesikwenzayo kuphela kodwa nangalokho esikucabangayo. (Hu 19:14) Ngakho iBhayibheli lisinxusa ukuba sicabange nganoma yiziphi izinto eziyiqiniso, ezibaluleke ngempela, ezilungile, ezimsulwa, ezithandekayo, okukhulunywa kahle ngazo, ubuhle nezikufanelekelayo ukudunyiswa. (Flp 4:8) Yiqiniso, asikwazi ukukugwema ukucabanga ngezinto ezingalungile ngaso sonke isikhathi. Noma kunjalo, ukuzithiba kungasisiza sikhiphe imicabango engalungile ezingqondweni zethu futhi sifake elungile. Ukuhlala siqotho endleleni esicabanga ngayo kuzosisiza sihlale siqotho kukho konke esikwenzayo.—Mar 7:​21-23.

Ngaphansi kwemiBhalo elandelayo, bhala imicabango okumele siyigweme:

Rom 12:3

Luk 12:15

Mat 5:28

Flp 3:13

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela