Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w24 Julayi k. 32
  • Hlala Uphapheme Ngokungakhi Phezulu Lapho Utadisha

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Hlala Uphapheme Ngokungakhi Phezulu Lapho Utadisha
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJehova Uthembisa UDaniyeli Umvuzo Omuhle Kakhulu
    Sinake Isiprofetho SikaDaniyeli!
  • Funda Esibonelweni SikaDaniyeli
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2023
  • Incwadi KaDaniyeli Kanye Nawe
    Sinake Isiprofetho SikaDaniyeli!
  • Waqiniswa Isithunywa Esasivela KuNkulunkulu
    Sinake Isiprofetho SikaDaniyeli!
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
w24 Julayi k. 32

ONGATADISHA NGAKHO

Hlala Uphapheme Ngokungakhi Phezulu Lapho Utadisha

Funda uDaniyeli 9:​1-19 ukuze ubone ukubaluleka kokungakhi phezulu lapho utadisha.

Hlaziya umongo. Yiziphi izenzakalo ezazisanda kwenzeka futhi zamthinta kanjani uDaniyeli? (Dan. 5:29–6:5) Wena wawuyozizwa kanjani ukube wawunguDaniyeli?

Funda okwengeziwe. Yiziphi “izincwadi ezingcwele” okungenzeka uDaniyeli wazihlola? (Dan. 9:​2, mbhw.; w11 1/1 22 ¶2) Kungani uDaniyeli avuma izono zakhe nezesizwe sakwa-Israyeli? (Lev. 26:​39-42; 1 AmaKh. 8:​46-50; dp 182-184) Umthandazo kaDaniyeli ubonisa kanjani ukuthi wayengakhi phezulu lapho etadisha iZwi likaNkulunkulu?—Dan. 9:​11-13.

Thola izifundo. Zibuze:

  • ‘Ngingakugwema kanjani ukuphazanyiswa yizimo zezwe?’ (Mika 7:7)

  • ‘Ngiyozuza kanjani ngokungakhi phezulu lapho ngitadisha izwi likaNkulunkulu njengoDaniyeli?’ (w04 8/1 12 ¶17)

  • ‘Yiziphi izihloko eziyongisiza ‘ngihlale ngilindile’?’ (Math. 24:​42, 44; w12 8/15 5 ¶7-8)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela