Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yb15 kk. 10-15
  • Inqubekela Phambili Esheshayo EWarwick

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Inqubekela Phambili Esheshayo EWarwick
  • INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2015
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Uhamba Kanjani Umsebenzi EWarwick?
    INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2016
  • Inhlangano Eqhubekela Phambili
    INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2014
  • Imibiko Evelele Yonyaka Odlule
    INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2017
  • Bazinikela Ngokuzithandela—ENew York
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
Bheka Okunye
INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2015
yb15 kk. 10-15
Isithombe esigcwele emakhasini 10, 11

IMIBIKO EVELELE YONYAKA ODLULE

Inqubekela Phambili Esheshayo EWarwick

Isithombe esigcwele ikhasi 12

KUNELIKHULU isasasa nomsebenzi omningi lapho kwakhiwa khona indlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova eWarwick, eNew York. Abafowethu nodade abaningi bazidele ngezindlela eziningi ukuze basebenze kulesi sakhiwo. Noma kunjalo, abaningi bathi, “Akukho okunye esingathanda ukukwenza ngaphandle kwalokhu.” Ake sibone ukuthi kwenzekani eWarwick.

Isithombe ekhasini 13

Kunjani ukusebenza eWarwick?

Isithombe ekhasini 13

“Uma uthi useWarwick, akukhona nje ukuthi ukhuluma ngezakhiwo. UJehova uhlanganisa amaqembu asebenza lapha abe munye, asisize sicabange kabusha ngendlela esiklama nesihlela ngayo izakhiwo ezinkulu.”—U-Enrique Ford.

Isithombe ekhasini 13

“IHubo 127:1 lithi: ‘Ngaphandle kokuba uJehova ngokwakhe eyakha indlu, akusizi ngalutho ukuthi abakhi bayo basebenzé kanzima kuyo.’ Lawo mazwi aqinisekisa ukuthi impumelelo yalesi sakhiwo iyobe ibangelwa yisibusiso sikaJehova.”—UTroy Snyder.

Isithombe ekhasini 13

“Angikaze ngithole okuhlangenwe nakho okuqinisa ukholo kanje ekuphileni kwami.”—URichard Devine.

Izithombe emakhasini 14, 15
    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela