Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yb16 kk. 2-3
  • ISihloko Sonyaka Ka-2016

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISihloko Sonyaka Ka-2016
  • INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Zimiseleni Ukuvumela ‘Uthando Lwenu Lobuzalwane Luqhubeke’!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
  • Uthando Lwenu Lobuzalwane Maluqhubeke!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1997
  • Ukuthola Isihluthulelo Sothando Lomzwelo Lobuzalwane
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1993
  • Ungaluvumeli Uthando Lwakho Luphole
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2017 (Efundwayo)
Bheka Okunye
INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2016
yb16 kk. 2-3
Umkhaya wamukela umbhangqwana emzini wawo bese uwunikeza izipho

ISihloko Sonyaka Ka-2016

“Uthando lwenu lobuzalwane maluqhubeke.”—Hebheru 13:1

‘Abaningi bayozondana. Uthando lwabaningi luyophola.’ (Math. 24:10, 12) La mazwi kaJesu abikezela ukuthi abantu ababeyobe bephila phakathi neminyaka eholela ekubhujisweni kweJerusalema ngo-70 C.E., babeyobonakala ngokuntula uthando. Ngokungafani nalaba bantu, abafundi bakaKristu babeyobonakala ngothando abalubonisayo. (Joh. 13: 35) Yeka indlela okumelwe ukuba kwawakhuthaza ngayo amaKristu angamaHebheru ayehlala eJerusalema ukufunda amazwi kaPawulu ayebonisa ukuthi uyaluqaphela uthando lwawo lobuzalwane futhi ewakhuthaza ukuba aqhubeke elubonisa!

Namuhla, sesisondele ekubhujisweni kwaso sonke isimiso sezinto sikaSathane. Njengabafowethu bekhulu lokuqala, siphila phakathi kwabantu abathanda imali, injabulo nabazithanda bona kodwa abangamthandi uNkulunkulu nomakhelwane. (2 Thim. 3:1-4) Noma kunjalo, uthando lobuzalwane luyachuma phakathi koFakazi BakaJehova emhlabeni wonke. Kwangathi singadumisa uJehova, owuthando uqobo lwalo, ngokuvumela uthando lwethu lobuzalwane luqhubeke.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela