Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ijwfq isihloko 8
  • Ingabe OFakazi BakaJehova Bayazamukela Ezinye Izinkolo?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe OFakazi BakaJehova Bayazamukela Ezinye Izinkolo?
  • Imibuzo Evame Ukubuzwa
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Amaqiniso NgoFakazi BakaJehova
    I-Phaphama!—2016
  • Ukubekezelelana—Lingasiza Yini IBhayibheli
    Izihloko Ezengeziwe
  • Ingabe Uyababekezelela Ngempela Abanye?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2001
  • Ukubekezelelana
    I-Phaphama!—2015
Bheka Okunye
Imibuzo Evame Ukubuzwa
ijwfq isihloko 8
Indoda ifunda iBhayibheli esitolo sezincwadi

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayazamukela Ezinye Izinkolo?

Silalela iseluleko seBhayibheli sokuba ‘sihloniphe bonke abantu’—kungakhathaliseki ukuthi bakuyiphi inkolo. (1 Petru 2:17, Today’s English Version) Ngokwesibonelo, kwamanye amazwe kunezinkulungwane ezingamakhulu zoFakazi BakaJehova. Noma kunjalo, asizami ukucindezela abezombusazwe noma abezomthetho ukuba benqabele noma bavimbele umsebenzi wamanye amaqembu ezinkolo. Asikhankaseli nokuba kukhishwe imithetho ephoqelela umphakathi ukuba wamukele izinkolelo zethu zokuziphatha nezingokwenkolo. Kunalokho, siyabamukela abanye ngezinga elithile esingathanda nabo basamukele ngalo.—Mathewu 7:12.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela