Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ijwbq isihloko 15
  • Ingabe uJesu unguNkulunkulu uMninimandla onke?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe uJesu unguNkulunkulu uMninimandla onke?
  • Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Impendulo YeBhayibheli
  • Ingabe UNkulunkulu Uhlala Emkhulu KunoJesu?
    Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?
  • UJesu Kristu—INdodana KaNkulunkulu Ethandekayo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
  • Ingabe UJesu UnguNkulunkulu UMninimandla Onke?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2009
  • ImiBhalo Ithini Ngokuba “KukaKristu NguNkulunkulu”?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1992
Bheka Okunye
Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
ijwbq isihloko 15
UJesu

Ingabe UJesu UnguNkulunkulu UMninimandla Onke?

Impendulo YeBhayibheli

Abaphikisi bakaJesu bammangalela ngokuthi uzenza olingana noNkulunkulu. (Johane 5:18; 10:30-33) Nokho, uJesu akakaze athi ulingana noNkulunkulu uMninimandla onke. Wathi: “UBaba mkhulu kunami.”—Johane 14:28.

Abalandeli bakaJesu bokuqala babengambheki njengolingana noNkulunkulu uMninimandla onke. Ngokwesibonelo, umphostoli uPawulu wabhala ukuthi ngemva kokuvuswa kukaJesu kwabafileyo, uNkulunkulu ‘waphakamisela [uJesu] esikhundleni esiphakeme.’ Kusobala ukuthi uPawulu wayengakholelwa ukuthi uJesu unguNkulunkulu uMninimandla onke. Uma ayenguye, uNkulunkulu wayengamphakamisela kanjani uJesu esikhundleni esiphakeme?—Filipi 2:9.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela