Umbhalo Waphansi
b Ukuhlola okwabikwa kuyiScience News kwabonisa ukuthi izibukeli zithambekele ekuthonyweni ngokujulile yilokho ezikubonayo “kungakhathaliseki ukuthi ibhayisikobho ibonakala iyiphupho kanjani” uma nje ‘bezifanisa ngokuseduze nomdlali weTV noma webhayisikobho.’