Umbhalo Waphansi
b Ezinye izinkumbulo ziqala ukubuya kwazo ngobuhlungu obungokwengqondo nobungokomzimba; ezinye zibuya ngendlela engokombono okungase ngokuyiphutha kucatshangwe ukuthi kuwubudemoni—imisindo yokungena kwesigebengu, enjengokuvuleka kweminyango; izithunzi zabantu ezihamba ngaseminyango nasemafasiteleni; umuzwa wokuba khona komuntu ongabonakali embhedeni. Ngokuvamile ukucindezeleka okunjalo kuyaphela lapho izinkumbulo zibuya ngokuphelele.