Umbhalo Waphansi
a Elithi “isilinganiso” libhekisela esikalini sokulinganisa ibanga. Lesisikali sisekelwe ngokuqondile ekusheleleni kwedwala emfantwini. Isikali sikaRichter silinganisa izinga lamaza okuzamazama ngakho siwukulinganiswa ngandlela-thile kwezinga lokuzamazama komhlaba. Ngokuvamile lezizikali ezimbili zibonisa imiphumela efanayo yokuzamazama komhlaba, nakuba isikali sokulinganisa ibanga sinembe kakhudlwana.