Umbhalo Waphansi
b Umlobi weBhayibheli uHezekeli wabona lokho abanye abakuchaza ngokuthi i-UFO. (Hezekeli, isahluko 1) Nokho, lokhu kwakungomunye wemibono eminingi efanekiselayo echazwa uHezekeli nabanye abaprofethi, hhayi into engokoqobo eyabonwa njengoba kushiwo namuhla.