Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO

Umbhalo Waphansi

a IsiLatini esancelwa emabuthweni amaRoma, okuthiwa isiRoma, ngaleso sikhathi sase siyizilimi zendabuko ezimbili eFrance: Iningizimu yeFrance yayikhuluma i-langue d’oc (eyaziwa nangokuthi isi-Occitan, noma isiProvençal), kanti inyakatho yeFrance yayikhuluma isi-langue d’oïl (isiFulentshi sakuqala ngezinye izikhathi esibizwa ngokuthi isiFulentshi Esidala). Lezi zilimi ezimbili zazihlukaniswa yigama ababelisebenzisela ukuthi yebo. Eningizimu lalithi oc (elivela kwelesiLatini elithi hoc); enyakatho babesebenzisa elithi oïl (elivela kwelesiLatini elithi hoc ille), ngesiFulentshi samanje lithi oui.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela