Umbhalo Waphansi
b Uma umama eba nomuzwa ojulile wokudabuka nokuphelelwa ithemba kanye nomuzwa wokuzihlukanisa nomntanakhe nezwe, kungenzeka ukuthi unokucindezeleka kwangemva kokubeletha. Uma kunjalo kufanele abonane nodokotela wakhe ongumbelethisi. Siza ubheke i-Phaphama!, ka-AugustĀ 8, 2002, amakhasi 14-18 neyesiNgisi ka-JuneĀ 8, 2003, amakhasi 21-3.