Umbhalo Waphansi
b Enye intsha isebenzisa omakhalekhukhwini ukuze ithumele izithombe zayo ezihehayo ngokobulili kubangane bayo. Lo mkhuba akukhona nje ukuthi uyahlazisa kuphela kodwa futhi uwubuwula, kungakhathaliseki ukuthi iyini injongo yalowo othumela lezo zithombe ngoba zivame ukudluliselwa nakwabanye.