Umbhalo Waphansi
a Ngokungafani nenkolelo esobala, ngokobuKatolika imfundiso engenakuphikiswa kuthiwa iyiqiniso elifungelwe umkhandlu wamasonto womhlaba wonke noma “igunya lokufundisa elingenaphutha” likapapa. Phakathi kwezimfundiso ezichazwe yiSonto LamaKatolika, eyamuva Ukwenyuka KukaMariya.