Umbhalo Waphansi
b Nakuba eqaphela ukuthi ngokuvamile ukubusa kwabantu kunjengesilo, amaKristu eqiniso ayazithoba “emagunyeni aphakeme” ohulumeni, njengoba iBhayibheli liyala. (Roma 13:1) Nokho, lapho lawo magunya ewayala ukuba aphule umthetho kaNkulunkulu, ‘alalela uNkulunkulu njengombusi kunabantu.’—IzEnzo 5:29.