Umbhalo Waphansi
c IBhayibheli lifundisa ukuthi ekufeni sibuyela othulini, umphefumulo uyafa, futhi asibe sisaba nemicabango noma imizwa. (Genesise 3:19; UmShumayeli 9:5, 6; Hezekeli 18:4) Akukho ndawo lapho lifundisa khona ukuthi imiphefumulo yababi ihlushwa phakade esihogweni somlilo.