Umbhalo Waphansi
a UTischendorf waduma ngokuthola inguqulo yesiGreki ephakathi kwemidala kakhulu kweyake yatholakala eMzini Wezindela obizwa ngokuthi i-St. Catherine, ongaphansi kweNtaba iSinayi. Lowo mbhalo wesandla ubizwa ngokuthi yi-Codex Sinaiticus.