Umbhalo Waphansi
a ICodex yaseVatican ibizwa nangokuthi uMbhalo Wesandla WaseVatican 1209 noma ngokuthi iCodex Vaticanus futhi izazi eziningi ziyibiza ngokuthi “iCodex B.” I-codex iwuhlobo lwencwadi okwakubhalelwa kuyo kudala. Bheka isihloko esithi “Ukusuka Emqulwini Kuya Kuyi-Codex—Indlela IBhayibheli Elaba Ngayo Incwadi,” esavela kumagazini ka-June 1, 2007.