Umbhalo Waphansi
b Kunezikhungo eziningi zokwelapha nezibhedlela ezisiza abanenkinga yotshwala. INqabayokulinda ayikhuthazi indlela ethile yokwelashwa. Umuntu ngamunye kufanele ahlaziye ngokucophelela izindlela zokwelapha abese ezenzela isinqumo esingangqubuzani nemithetho yeBhayibheli.