Umbhalo Waphansi
b Lezi zinto zihlanganisa izinto ezingenakukopishwa, zithengiswe noma zisetshenziswe ngoba zinamalungelo agodliwe njengomculo, izincwadi, noma izinhlelo zama-computer, kungakhathaliseki ukuthi zisephepheni noma zikuyi-computer. Amagama noma izimpawu ezimelela amabhizinisi, izinto okugunyazwe abathile kuphela ukuba bazenze futhi bazithengise, izimfihlo zokuhweba namalungelo okushicilela nakho kusohlwini lwale mikhiqizo.