Umbhalo Waphansi
a AmaNaziri ayenza isifungo esihlanganisa ukungaluthinti nhlobo uphuzo oludakayo nokungazigundi izinwele. Abaningi babenza lesi sifungo isikhashana esithile, kodwa abambalwa, njengoSamsoni, uSamuweli noJohane uMbhapathizi, baba amaNaziri ukuphila kwabo konke.