Umbhalo Waphansi
b Lo mbono awuvumelani neBhayibheli. IBhayibheli lifundisa ukuthi yonke imisebenzi kaNkulunkulu iphelele; ukonakala kuvela komunye umthombo. (Duteronomi 32:4, 5) Lapho uJehova eqeda ukudala umhlaba wathi konke ayekwenzile “kwakukuhle kakhulu.”—Genesise 1:31.