Umbhalo Waphansi
a U-Absalomu wayesezelwe lapho uNkulunkulu enza isithembiso sokuthi kuyoba nothile owayesazovela ‘oyinzalo’ kaDavide owayezoba indlalifa yobukhosi. Ngakho-ke, kufanele ukuba wayazi ukuthi uJehova wayengakhethanga yena njengenkosi eyayiyolandela uDavide.—2 Sam. 3:3; 7:12.