Umbhalo Waphansi
a Ezikhathini zasendulo, kwakunzima ukuthola izinto zokubhala futhi zibiza. Ngakho kwakuyinto evamile ukuba kwesulwe imibhalo emidala ukuze uphinde ubhale. Imibhalo enjalo ibizwa ngokuthi ama-palimpsest, igama lesiGreki elisho ukuthi “ukwesulwa futhi.”