Umbhalo Waphansi
f Isigaba 16: UDaniyeli 12:3 uthi “abanokuqondisisa [amaKristu agcotshiwe] bayokhanya njengokukhanya komkhathi.” Lapho besesemhlabeni, benza lokhu ngokuhlanganyela emsebenzini wokushumayela. Nokho, uMathewu 13:43 ubhekisela esikhathini lapho beyokhanya khona ngokukhazimulayo eMbusweni wasezulwini. Esikhathini esidlule sasicabanga ukuthi yomibili le miBhalo ibhekisela emsebenzini ofanayo—umsebenzi wokushumayela.